Blaq Diamond’s SummerYoMuthi Lyrics

[INTRO] Izinja zempilo mama

[VERSE 1: Ndu] Angazi mina ng’zoy’thin lendaba
Angazi mina ng’zoy’thin lendaba
Ngik’nika i-access ku-VIP, awuh
Ngabona sek’khanya ama-flash wenana
Aaaawu ngathi ngiz’layile… mhh

[CHORUS : Ndu] Sengathi ng’jola ne-groupie, aaah
Ufuna bek’bone unami, ngiyala
Sengathi ng’jola me-groupie, aaah
Ufuna bek’bone unami, ngiyala
Izinja zempilo mama
Umuthi othi thi othi thi thi thi thi

[CHORUS: Danya] Aah ama A-Lister
Ufuna ukuhlala nama A-Lister
Relax(a) mus’uku-panic(a)
SummerYoMuthi, SummerYoMuthi
Aah ama A-Lister
Ufuna ukuhlala nama A-Lister
Relax(a) mus’uku-panic(a)
SummerYoMuthi, SummerYoMuthi

[CHORUS:  Ndu] Sengathi ngijola ne-groupie, aaah
Ufuna bek’bone unami, ngiyala
Sengathi ng’jola me-groupie, aaah
Ufuna bek’bone unami, ngiyala

Izinja zempilo mama
Umuthi othi thi othi thi thi thi
Angazi mina ng’zoy’thin lendaba
Angazi mina ng’zoy’thin lendaba

[VERSE 2: Ndu] Ngihamba nenhlokohlela
Ngihamba nodokotela
Ama-superstar o-bastard, Yee
Awu ngithi ngihamba nenhlokohlela
Ngihamba nodokotela
Ama-superstar o-bastard, Yee
Angazi mina ng’zoy’thin lendaba
Angazi mina ng’zoy’thin lendaba
Izinja zempilo mama

[CHORUS 2 : Danya] Aah ama A-Lister
Ufun’ukuhlala nama A-Lister
Relax(a) musa uku-panic(a)
SummerYoMuthi, SummerYoMuthi
Aah ama A-Lister
Ufun’ukuhlala nama A-Lister
Relax(a) musa uku-panic(a)
SummerYoMuthi, SummerYoMuthi

[BRIDGE] Angazi mina ngizoyithini lendaba

You May Also Like